Nduuuna! Baba kantombintombi!
Uthakathelani awusho ngilalele
Mini Nginkunzi yomthakathi!
Ngyathakatha! ngithakatha wonke muntu
Ngithakatha yonke indawo!
Inanda yonke kuphethe mina!
Ngoba ngi memeza ngyazi khona
Abacanga ukuthi ngidakiwe!
Kanti cha angidakiwe inkinga yami
Iyodwa ukuthi ngyathakatha!
Mina ngyathakatha angidlali
Ngi Nduna! Inkunzi yomthakathi!
Haha haha hahahahaaah
Iyangihlekisa lento engyenzayo!
Ngiba qedile umfana no choco!
Haah hahh hahahahaaah
Niyoze nizishele Zonke lezingane!
Kusho mina nduna azibhejwe!
Hahaha ngifuna nezingoma
Zama zoku thakatha Bafana