Yeah!!
Bhenda!! Gray!!!
Sithandwa Sami ,seminyaka!!
"Miningi imilando engiqonde nginaye!!"
Zingane zikhulile zingaka, benginaye!!
"Ishaye kancane inhliziyo manginaye!!"
Ithi "ncinci!!" Manginaye!!
Ishaya kancane Ngeke unake!!
Ngilimali othandweni akusalanga
Ngisho ithambo
Laba engibathandile bona bayithandela
Imali
Bakhangeza noma kumawa!!
Wawungcono Kabi Wena!!
Wawungivusa mawunaibona ngiyawah!!
Ngibhala lengoma ngibuhlungu inqondo ine pride ngapha inhliziyo yami iyalwa!!
Ithi Kube ngazenhlisa wawusenganika
Isikhathi!!...
Sithandwa Sami ,seminyaka!!
"Miningi imilando engiqonde nginaye!!"
Zingane zikhulile zingaka, benginaye!!
"Ishaye kancane inhliziyo manginaye!!"
Ithi "ncinci!!" Manginaye!!
Ishaya kancane Ngeke unake!!
Ngivele ngikhumbule sebancane usaqala ukunika ichance ..ekse!! Bayah Lona ngiyamthatha...angifuni ukuthatha amachance ..
hello Nana kuhambani
Nginethemba lokuba uyaphila
Ngu Ncamiso igama Lami
ngibuya le ezansi oCilwane ngicela ukungipha isikhathi.
Emgwaqeni khona Wena
Mangibuka iwashi ngibona Wena
Okusobala esami isikhathi ngizisinika wena
Bayazala abanye omama Waze wamuhle
Mntanomuntu!!
Khona lento engichaza kuwe ukuyihlonipha
Kwakho Ntombi
Nasekhaya bengashaya mangakubukelela
Ntombi
Intombe egcwala iphinifi
Emehlo amhlophe kuhle kophuthu olungenasishebo
Umzimba wemvelo,iNdoni yamanzi
Efaqaka ihlathi mayehleka
Amehlo angiwaboni yangikhophozela
Sengikhetha Wena ukuba uwena oyongikhapha mangizela
Kanti uyangazelana?
Wathi ngizokukhumbula mase kungifike iyikhukhula
Manje kuhlwa kungiqoqile
Angisabi mina ngiyakukhumbula
Sithandwa Sami ,seminyaka!!
"Miningi imilando engiqonde nginaye!!"
Zingane zikhulile zingaka, benginaye!!
"Ishaye kancane inhliziyo manginaye!!"
Ithi "ncinci!!" Manginaye!!
Ishaya kancane Ngeke unake