Intro-( Soft Prayerful)
Oh Nkosi yami......
Ngiphakamisa izandla kuwe.
You are my strength,
You are my hope,
You are my everything to me.
Verse 1
Uma ngibheka ezintabeni,
Ngiyazi usizo lwami luvela kuwe.
Uma indlela iba mnyama.
Wena Nkosi uyisibani sami.
Lapho amandla ami ephela,
Wena uyangivuselela.
When I feel like I cannot go on,
Your grace keeps carrying me.
Pre-Chorus - Build up
Ngoba wena unami,
Angisabi lutho.
Your hand is upon me,
Your Spirit lives in me.
Ngithi:"Nkosi, ngithembele kuwe!"
I will trust in You, Lord!
Chorus - (Build & Powerful)
Ngingenza konke, Nkosi!
Ngamandla owanginika wona!
I CAN DO ALL THINGS THROUGH CHRIST.
You are my strength, You are my song!
NGINGENZA KONKE , NKOSI!
Ngoba wena ukhona nami!
I will rise, I will stand.
I will walk by faith, not by sight.!
Verse 2
Noma iminoya ivuka.
Angisoze ngabaleka kuwe.
Noma izitha zingizungeza.
Ngiyazi wena uyangivikela.
Izithembiso zakho ziyiqiniso,
Izwi lakho alisoze ladlula.
You have never failed me,
And You will never fail me now.
Pre-Chorus (Stronger)
Ngoba wena unami.
Ngubani ongamelana nawe.
If God is for me,
Who can stand against me?
Ngizohamba ngokukholwa,
Ngizobambelela kuwe!
Chorus - Full Band
NGINGENZA KONKE, NKOSI!
Ngamandla owanginika wona!
I can do all things through Christ,
You are my strength, You are my song!
NGINGENZA KONKE, NKOSI!
Ngoba wena ukhona nami!
I will rise, I will stand.
I will walk by faith, not by sight!
Bridge - DECLARATION
Awungishiyi, awungilahlu,
Awungishiyi, awungilahlu,
You are with me, You are for me.
I will never be alone!
Uma nginawo - UYANGIPHAKAMISA!
Uma ngikhala-UYANGIDUDUZA!
Uma NGIBUTHAKA-UYANGINIKA AMANDLA!
When I'm weak, You make me strong!
NGINGENZA KONKE!
NGINGENZA KONKE!
NGINGENZA KONE NGAWE JESU!
VAMP - CALL&RESPONSE
Leader :Ngingenza konke!
CHURCH :ngawe Nkosi!
Leader :Ngingenza Konke!
Church :Ngawe Nkosi!
Leader :Who is my hope?
Church :Jesus is my hope!
All:
Ngingenza konke!
Ngawe Jesu!
Ngingenza Konke!
Ngawe, Nkosi.
Vamp - (Build & Repeat)
Ngawe ngiyakwazi !
Ngawe ngiyakwazi!
Ngawe ngiyakwazi, Jesu!
I can do all things!
I can do all things!
Through Christ who strengthen me!
NGINGENZA Konke!
Ngingenza Konke!
Ngingenza Konke Ngawe!
Worship Outro (slow down)
Wena ungamandla ami....
Wena uyithemba lami.....
Wena uyinqaba yami........
Wena uyikho konke kimi........
I can do all things through You Jesus.....
I can do all things through You.
NGINGENZA Konke, Nkosi....
Ngingenza Konke Ngawe........
Amen..........
Amen............