"Thandi wami, ngibona ukufika kwakho
Ekuqaleni kwehora, izingane zakho
Zikutshela ukuthi angikhathazeki
Kodwa ngiyazi, uyazi, ukuthi angikwazi
Uyaphuma, uyajabula
Kodwa ngith' ngisale, ngiyahlona
Thandi, why uyenza lento?
Ngabe awuboni, ngiyafa lento?
Ngitshele ukuthi angikhathazeki
Kodwa ukufika kwakho, kungiletheleni?
Ngiyazi uyathanda, kodwa ngiyathanda futhi
Sibambeni isikhathi, sishaye phansi"