kodwa bafana bami yekelani ukuhlala kwamabuya esitoro
into eniyaziyo ukuvuka ekuseni nizolengisa imilomo emide esitoro
aninayo namahloni nivuka ningagezile niyohlala esitoro
ayi suka mani namakhanda ngathi abantu abakwamutolo
mangithi ngiyabheka abanye benu amanzi nigcina ngokuwaphuza
yini ndaba ningafaki amapenti ngoba nipepereza ngathi ama girls
into eniyaziyo ukugada abantu abazothenga u beer bese niyasaha
nibadala kangaka nibangisana ama snacks awe shuni ngathi ingane
zase creche. emini ntambama nihlalele ukucela abantu amashumi
ayi suka mani niyanginyanyisa mina kodwa kusazonyiwa boys
seniyiqedile imali ka someone senilengisa imilomo enukayo
nisazoke nilambe ngoba noramaphosa usekude ukungena
kukhona omunye abathi ubhoza nomqala omude ngathi giraffe
ninyawo enikayo ayi suka mani fuck you all bomahlalela
kodwa amahloni anisenawo lalelani bafana bami kusanyiwa
this is 50 bars kuseyisiqalo nje bhasobha lova
fuck you all this is 50 bars nisazozwa nina
maningayeki ukuhlala esitoro uyalandela u 100 bars you feel